uJesu ukhuluma lamagama, “Ngibanika impilo yaphakade, futhi ngeke babhubhe, akekho oyabakhipha esandleni sami. uBaba wami onginike bona, Mkhulu kunako konke, akakho ongasikhipha esandleni sikaNkulunkulu “(Johane 10: 15 16) Lithi izwi likaNkulunkulu okholwa inkosi uJesu unokuphila okuphakade. Uma umuntu ethenjiswe ukuphila okuphakade, kodwa kwase kuyathathwa. Okusho ukuthi akuzange kunikezwe yena kwasekuqaleni. Uma ukuphila phakade kungelona iqiniso, kusho ukuthi isithembiso seBhayibheli kungaliphutha.
Indaba esingayibheka ngamandla amangalisayo incwadi yabaseRoma 8: 38 – 39 “Ngiyakholwa ukuthi noma ukufa noma ukuphila, izingelosi noma amadimoni, noma isikhathi samanje noma isikhathi esizayo, namandla, ukuphakama noma ukujula, noma yini edaliweyo, akuyikuba namandla okusihlukanisa nothando lukaNkulunkulukuJesu Krestu iNkosi yethu. “Inaphakade lethu lisethandweni lika Nkulunkulu kithina esihlengiwe. Iphakade lethu lithengwe ngu Krestu, sithenjiswe nguBaba. yabese yaqiniswa ngoMoya Oyingcwele.
http://www.gotquestions.org/IsiZulu/Isiqiniseko-sanaphakade.html